Magzter Gold (Sitewide CA)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2024-03-07

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

Indumalo owoZalo ehoxiswa koweComrades

Indumalo owoZalo  ehoxiswa koweComrades
UGQEMEKE udume lwengozi umlingisi womdlalo Uzalo, uCebolenkosi “Mr Vibe” Mthembu, ngemva kokubhuntshiswa kwezinhlelo zakhe zokugijima. UCebolenkosi, olingisa indawo kaCaptain Nyawo emdlalweni Uzalo, muva nje uyalelwe ngodokotela ukuba ahoxe emijahweni okubalwa neComrades Marathon ngenxa yokulimala angakuqondi. UMr Vibe ogijimela iManguzi Athletic Club, uthe okumphatha kabi kakhulu wukuthi ubesezilungiselele ngokwanele ukuthi ajoyine iComrades Marathon futhi eseyigijime yonke imijaho ekwenza ukwazi ukungenela loka-97km. Echaza uMr Vibe uthe uqale ukusola ukuthi kukhona okushaya amanzi eqakaleni ngesikhathi ezwa kunokungahambi kahle kulo ngesikhathi ezilolonga ngoDisemba 31. “Ngaqala ngazitshela ukuthi mhlawumbe kwenziwa ukuthi isenyelo engisithole njengoba bekungamaholidi. Ngathi ukuma ekuzilolongeni. Ngithe sengibuyela kukho ngoJanuwari ngazithola sengixhuga. Ngibe sengigijima umjaho owu-21km, ngawuqeda kodwa sengixhuga. Ngagijima iPDAC ewu-25km, phakathi kweHillcrest nePinetown. Nayo ngiyiqede sengixhugela.” Uthe ubone ngowaseSydenham owu-32km ukuthi kukhona okungahambi kahle ngesikhathi ehluleka ukuqeda u-16km. “Ngithe…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2024-03-07

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.