Magzter Gold (Sitewide CA)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2024-03-07

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

‘Ngeke ngiphinde ngicule nomaskanda’

‘Ngeke ngiphinde ngicule nomaskanda’
MCULI wodumo engomeni kaMthandeni SK ethi Paris, uLwandile “Lwah Ndlunkulu” Mtshali, ukhwele wadilika kubaculi bakamaskandi abashisa izikhotha kulezi zinsuku. ULwah (23) waseHluhluwe ubasole ngokubulala umaskandi futhi wathi ngeke aphinde acule ngokuhlanganyela nanoma yimuphi umculi kamaskandi. Ekhuluma kwi-Orbit Podcast, uLwah uthe yena akakwazanga ukugubha umlando oqoshwe yile ngoma ezinkundleni zokuxhumana ngenxa yendelelo ayitholile. “Ukucula ngokuhlanganyela kwiParis kungilethele indelelo eningi, engangijabulisanga neze. Ingenze ngangawujabulela nomzuzu omnandi oze neParis.” Uthe uyoze acule namaciko kamaskandi uma eseshintshe indlela enza ngayo. “Ngeke ngisenza ingoma kamaskandi. Ngiyabona ukuthi kubuye kufake nomsebenzi wami engcupheni ngoba abananhlonipho. Abalandeli bami akubona abantu abagxile kumaskandi.” Uthe uma abalandeli bakamaskandi bengawuhloniphi umsebenzi womculo kugcina sekulimaza nabanye abalandeli bakhe bezinye izinhlobo zomculo abangalazi leli siko likamaskandi. “Uma wenza ingoma nomunye (umaskanda), abalandeli bomunye abakuthandi lokho. Lokho kugcina sekudala inxushunxushu engenasidingo. Ngenxa yalokho…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2024-03-07

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.