Magzter Gold (Sitewide CA)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2024-03-07

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

I-DA igxeka uhulumeni ngokushoda kwamanzi ezikoleni

OGAQELE esikandunankulu KwaZulu-Natal eqenjini i-Democratic Alliance, uMnuz Chris Pappas, uthi ukwesweleka kwamanzi kwezinye izikole kulesi sifundazwe kuletha ingcindezi kothisha nakubafundi futhi kubeka impilo engcupheni. Ukusho lokhu ngesikhathi ehambele esikoleni iTemple Valley Secondary eVerulam, okuthiwa kuyingxenye yemikhankaso yaleli qembu yokuhambela izikole esifundazweni okubikwe ukuthi zinezinkinga ezehlukene. Kuthiwa kulesi sikole othisha bayaphoqeleka ukudedela abafundi ngaphambi kwesikhathi ngenxa yokungabi bikho kwamanzi, noma kufundwe ngokudedelwana ngezinsuku ezithile, ngenhloso yokongiwa kwamanzi asethangini. “Le nto ayiphazamisi nje kuphela ukufunda kodwa ifaka ingcindezi enkulu kubafundi nothisha ekutheni baphothule isilabhasi ngesikhathi esibekiwe. Sixoxa nabasebenzi kulesi sikole, baveze ukukhathazeka nangezinye izinto njengezithinta impilo okungadalwa ukushoda kwamanzi,” usho kanje. Kuvela lokhu nje, kunokukhathazeka njengoba ziqhubeka nokwanda izibalo zabahaqwa yisifo samehlo, uphenyane, okuthiwa ezinye zezindlela zokugwema ukubhebhetheka kwalo ukuqinisekisa ukugeza izandla uvimbela ukuthi ungabi semathubeni okuhaqeka uma kwenzeka ucikica amehlo. UPappas…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2024-03-07

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.