Magzter Gold (Sitewide CA)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2024-03-07

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

ElikaMeyiwa lawehlukanisa phakathi amaphoyisa: ufakazi

UFAKAZI wabamangalelwa ecaleni lokufa kukaSenzo Meyiwa, uthi amaphoyisa aphikisana aze aqembukelana phakathi ngabantu okwakufanele baboshwe kuleli cala. Ufakazi uWarrant Officer Meshack Makhubo, uveze ukuthi yayimagwala mabili ethimbeni lamaphoyisa isimo sishubile kuphikiswana ngokwakufanele baboshwe. Kushushiswa amadoda amahlanu okusolwa ukuthi yiwona aphuma inqina amkakisa okwenyamazane uMeyiwa amusa kwagoqanyawo. UMbuso umi ngezitatimende okuthiwa zasayinwa abamangalelwa, begonyuluka emaphoyiseni badalula nobasi wabo owabanika itoho lokuqeda ngoMeyiwa. Abamangalelwa bathi bazisayina izitatimende ngoba base bevuthiwe yisibhaxu samaphoyisa. UMakhubo osophikweni loKlebe, uthe baqokwa kuleli cala baba yithimba elikhethekile labaphenyi abane. Uthe ngesikhathi bephenya kwacaca ukuthi bayehlukana ngemibono. Uthe behlukana kwaba khona abahamba nedokodo lokuqala elingu-636/10/2014 bese kuba nethimba ledokodo u-375/1/2019 elalikhomba abanye abasolwa abehlukile. “Mina noColonel Buthelezi sagcina sikhishwa ngoba sasinombono ohlukile, yingakho singatshelwanga ngesikhathi sekuboshwa abasolwa. Idokodo lethu salihambisa kuMshushisi uBaloyi noBrigadier Gininda wahambisa elakhe idokodo,’’ kusho…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2024-03-07

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.