Magzter Gold (Sitewide CA)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2024-03-07

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

Siyachichima yinjabulo ngenxa kamfo kaNdlela

MHLELI: Ngihloma uphaphe lwegwalagwala kuMnuz Muzi Ndlela oliciko, imisebenzi yakhe iboniswa naseTatham Art Gallery, KwaNdongazibomvu. Le nsizwa inekhono elingajwayelekile endaweni yangakithi njengoba ingumdwebi odweba ngisho umuntu ehlezi nayo imbuka, ivele imkhiphe kunguye nje impela. Ibonakele imidwebo yakhe kwelinye lamaphephandaba esilungu khona KwaNdongazibomvu, ngoFebhuwari 29. Imidwebo ibibukeka iwubuciko obuseqophelweni eliphezulu kakhulu. Uma ububheka ubuciko bukaNdlela uyazibonela nje ukuthi usaya kude kakhulu empilweni futhi uyohlezi ehlonishwa ngemidwebo. Sithi mfowethu qhubeka nomsebenzi omuhle, indawo yethu eMpophomeni uyikhuphulile. Uqhakazisa indawo yangakithi njengoba noSiyabonga Mpungose nabanye abadume ngobuciko belokhu beyibambile. Bonginkosi Ndlovu MPOPHOMENI…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2024-03-07

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.