Magzter Gold (Sitewide CA)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2024-03-07

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

Kumbeke esicongweni ukwamukela izeluleko zamakhasimende

Kumbeke esicongweni ukwamukela izeluleko zamakhasimende
UKULALELA izeluleko zabantu ngohlobo lomsebenzi omfanele yikhona okumvulele amathuba amahle uSbongile Tiny Dlamini (osesithombeni). Le ntokazi, yaKwaNyuswa entshonalanga yedolobha iTheku, ithi yayisebenza ezitolo zokudla, ithanda ukuziphaqula nokuzigcina iyinhle futhi ibukeka njalo uma isemsebenzini. Ithe lobu buhle bayo yibona obabenza amakhasimende amyale ngokuthi akayofuna umsebenzi wezobuhle ngoba ubonakala enekhono kulokhu. Uthi yize wayezishalazela lezi zeluleko, kwafika umuntu owayenesikole esifundisa ngokuzicwala nokwenza izinzipho owammema ukuba azofunda. “Kunekhasimende elafika langiqonda ngqo, lithi angizofunda ngenze izifundo zobuhle. Nebala nganikela khona kuqala unyaka ka-2017 ngafunda unyaka wonke,” kusho uTiny. Uthi waqala ukufuna umsebenzi engakasitholi nesitifiketi, ngenhlanhla waqashwa esitolo sakwa-Sorbet eHillcrest lapho ayesebenza khona njenge-beauty therapist. Yize kwakungelula eqala ukusebenza, ukuzinikela kwakhe nokuthuthukisa ikhono ngokwenza izifundo zangaphakathi kwamsiza kakhulu ngoba ngo-2019 umqashi wakhe wamnxusa ukuthi athathe isikhundla sokuba ngumphathi. “Ngasinqaba lesi sikhundla ngoba ngizibona singangifanele. Yize…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2024-03-07

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.