Magzter Gold (Sitewide CA)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2024-03-07

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

Imantshi ithi bafihlelwa ngokumiswa kwamacala

UMENGAMELI weziMantshi KwaZulu-Natal, oqondiswa ubugwegwe, uthi wafihlelwa iminyaka ukuthi asehoxisiwe amacala ayevulelwe wona aholela ekutheni amiswe iminyaka emihlanu emsebenzini ephenyelwa inkohlakalo. UMnuz Eric Nzimande selokhu amiswa emsebenzini ngo-Okthoba 2018. Uqondiswa ubugwegwe esigcawini esisenkantolo esePhoyinti, eThekwini. Ubekwe amacala angu-162 okukhona nawokugwazisa ngemali nangocansi, ukugembula e-casino ngesikhathi somsebenzi, awokuxhumana ngocingo nowayengummangalelwa icala lingakaphothulwa. UNzimande uyawaphika wonke amacala avulelwa wona, amanye abikwa nguNkk Lindelwa Gumede owayeyimantshi ebambile ngo-2015. UNkk Gumede, ngommeli wakhe, wathi usentula imali ngakho uyakuhoxisa ukubika uNzimande kwiKhomishini yeziMantshi ngo-2016 kodwa umile ekutheni kuyiqiniso konke akusho ngaye. Nakuba kunjalo kuthiwa amaphoyisa aqhubeka nophenyo lwawo athola negunya lokusesha ifoni nama-akhawunti asebhange kaNzimande. Izolo esigcawini uNzimande, ngomlomo wommeli wakhe uMnuz Ravindra Maklilall, uthe yena namaphoyisa bafihlelwa imininingwane yokuhoxiswa kwamacala yikhomishini. “Ukube ngaziswa ngalokhu kuseva ngangiyobhalela ikhomishini ngifune ukuthi ngibuyiselwe emsebenzini ngokuphazima kweso. Kwangenwa…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2024-03-07

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.