Magzter Gold (Sitewide CA)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2024-03-07

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

Ingcabha ikubazali ngokugqokwa kwenyufomu ezikoleni

NGQONGQOSHE wezeMfundo eyisiSekelo uNkk Angie Motshekga, uthi ingcabha ikubazali nasezigungwini ezilawula izikole ngodaba lwenyufomu egqokwa ezikoleni. Uthe abazali nezigungu kumele banqume ukuthi yiluphi uhlobo lwenyufomu okumele lugqokwe nokuthi lugqokwa kangaki, wathi umnyango ungabeka imigomo kodwa ngeke uzinqumele izikole nabazali ukuthi kumele benzenjani. Ukusho lokhu kulandela ukwethulwa kombiko weKhomishini yamaLungelo aBantu, owethulwe ekomitini lezemfundo ePhalamende, oveze ukuthi ezinye izikole ziba namanyufomu angafani. Umbiko uveze ukuthi kwezinye izikole abafundi abenza u-matric bagqoka inyufomu ehlukile, okufaka ingcindezi kubazali okudingeka bathenge enye inyufomu kuleli banga ekubeni abafundi bezoyigqoka izinyanga ezimbalwa. “Okungijabulisayo ngukuthi ikhomishini ayisho ukuthi akuyekwe ukugqokwa kwenyufomu ezikoleni. Kubalulekile ukuthi igqokwe ukuze kube lula ukubona umfundi,” kusho uNkk Motshekga. Uthe okunye okumele kubhungwe eyabafundi abagqebhezayo uma begqoke inyufomu. “Abanye balaba bafundi bagqoka amanyufomu amancane adlulwa ngisho ama-jakhethi abawagqokayo. Abakwazi ngisho ukugoba ngoba kuzovela…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2024-03-07

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.