Magzter Gold (Sitewide CA)
Isolezwe (Digital)

Isolezwe (Digital)

1 Issue, 2024-03-07

Also available on
Zinio Unlimited logo
1-month free trial

Get unlimited access to this article, this issue, + back issues & 5,000+ other magazines.

Renews at just $8.99/month after trial.

Cancel anytime.
Learn more

‘Ukuphuma kwe-ANC ngeke kuphazamise ukuphathwa kwezwe’

UMENGAMELI we-IFP, uMnuz Velenkosini Hlabisa, unxuse abantu ukuba bangavumi ukubuswa wumcabango wokuthi ukuphuma kwe-ANC emandleni kungenza izinto zibe mapeketwane. UHlabisa uthe ukukhishwa kwe-ANC okhethweni lwangoMeyi 29 ngeke kuphazamise ukuphathwa kwezwe, wathi eNingizimu Afrika kunenqwaba yabaholi abakulungele ukuthatha izintambo uma kukhishwa i-ANC. Lokhu ukusho emcimbini wokwethulwa kwencwadi ekhuluma ngokuphathwa kwamazwe, i-Poor State, Rich State. Le ncwadi ebhalwe nguDkt Greg Mills yethulwe ngokusemthethweni eMgungundlovu izolo. Iveza ukuthi izinto kazihambi kahle eNingizimu Afrika. UHlabisa ugcine engafikanga kulo mcimbi ngenxa yesiminyaminya ebesikuthelawayeka uN3, wagcina ethumela inkulumo ebhaliwe, efundwe emcimbini. Kule nkulumo ebhaliwe uHlabisa uthe bakhona labo abanenkolelo yokuthi ukuphuma kwe-ANC emandleni kungona izinto eziningi. “Le nto ayisilo iqiniso. Lapha eNingizimu Afrika sinenqwaba yabaholi abanamava okuphatha nabaqotho, abakulungele ukuphatha. Thina njenge-IFP sikulungele ukuthatha izwe siliyise phambili. Sesikulungele ukuphatha emva kokhetho." UHlabisa uthe sekuyisikhathi sokuba i-ANC…
You're reading a preview of
Isolezwe (Digital) - 1 Issue, 2024-03-07

DiscountMags is a licensed distributor (not a publisher) of the above content and Publication through Zinio LLC. Accordingly, we have no editorial control over the Publications. Any opinions, advice, statements, services, offers or other information or content expressed or made available by third parties, including those made in Publications offered on our website, are those of the respective author(s) or publisher(s) and not of DiscountMags. DiscountMags does not guarantee the accuracy, completeness, truthfulness, or usefulness of all or any portion of any publication or any services or offers made by third parties, nor will we be liable for any loss or damage caused by your reliance on information contained in any Publication, or your use of services offered, or your acceptance of any offers made through the Service or the Publications. For content removal requests, please contact Zinio.

© 1999 – 2025 DiscountMags.com All rights reserved.